UZefaniya 1:13 - Contemporary Zulu Bible 202413 Ngalokho impahla yabo iyakuba yimpango, nezindlu zabo zibe yihlane; bayakwakha izindlu, kepha bangahlali kuzo; bayakutshala izivini, kepha bangaphuzi iwayini lazo. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE13 Ingcebo yabo iyakuba yimpango, nezindlu zabo incithakalo; bayakwakha izindlu, kepha abayikuhlala kuzo, batshale izivini, bangaliphuzi kodwa iwayini lazo. Gade chapit laIsiZulu 202013 Ingcebo yabo iyakuba yimpango, nezindlu zabo zibe yincithakalo. Bayakukwakha izindlu, kodwa abayukuhlala kuzo, bayakutshala izivini, kepha abayukuliphuza iwayini lazo. Gade chapit la |