UZakariya 9:4 - Contemporary Zulu Bible 20244 Bhekani, uJehova uyakulixosha, lishaye amandla alo olwandle; uyakuqedwa ngomlilo. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE4 Bheka, iNkosi iyakulaphuca, iphonse imfuyo yalo elwandle, lona lidliwe ngumlilo. Gade chapit laIsiZulu 20204 Uyabona, iNkosi iyakuwuthatha kulo umcebo walo, iwuphonse olwandle, lona lingqongqiswe ngomlilo. Gade chapit la |
Ndodana yomuntu, yisho enduneni yaseTire, uthi: ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Ngoba inhliziyo yakho iphakeme futhi wena wathi: NginguNkulunkulu, ngihlezi esihlalweni sobukhosi sikaNkulunkulu, phakathi kolwandle; nokho ungumuntu hhayi uNkulunkulu, ngisho noma ubeka inhliziyo yakho njengenhliziyo kaNkulunkulu.