Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UZakariya 3:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Ngalolo suku, usho uJehova Sebawoti, niyakuqamba, kube yilowo nalowo umakhelwane wakhe phansi komvini naphansi komkhiwane.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 “ ‘Ngalolo suku,’ usho uJehova Sebawoti, ‘niyakumema, kube yilowo nalowo umngane wakhe phansi komvini naphansi komkhiwane.’ ”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 “ ‘Ngalolo lusuku, yilowo nalowo uyakumema umakhelwane wakhe, phansi komvini naphansi komkhiwane.’ ”

Gade chapit la Kopi




UZakariya 3:10
9 Referans Kwoze  

OJuda no-Israyeli bahlala belondekile, kwaba yilowo nalowo phansi komvini wakhe naphansi komkhiwane wakhe, kusukela kwaDani kuze kube seBeri Sheba, zonke izinsuku zikaSolomoni.


Bayakuhlala, kube yilowo nalowo phansi komvini wakhe naphansi komkhiwane wakhe; futhi akukho muntu oyobathusa, ngoba umlomo kaJehova Sebawoti ukukhulumile.


Izizwe eziningi ziyakuhlangana noJehova ngalolo suku, zibe ngabantu kimi; ngiyakuhlala phakathi kwenu, nazi ukuthi uJehova Sebawoti ungithumile kini.


Ngalolo suku ngiyobenzela isivumelwano nezilwane zasendle, nezinyoni zezulu, nezilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni; ngiyakwaphula umnsalo, nenkemba, nempi emhlabeni, futhi uyobayeka balale belondekile.


Ningamlaleli uHezekiya, ngokuba isho kanje inkosi yase-Asiriya, ithi: Yenzani isivumelwano nami ngesipho, niphume nize kimi; nidle, kube yilowo nalowo emvinini wakhe, kube yilowo nalowo emkhiwaneni wakhe, niphuze, kube yilowo nalowo amanzi omthombo wakhe;


Abantu bami bayohlala endaweni yokuhlala enokuthula nasezindlini eziphephile nasezindaweni zokuphumula ezinokuthula;


Ngokuba usho kanje uJehova Sebawoti, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: “Izindlu namasimu nezivini kuyakubuye kuthathwe njengefa kuleli zwe.


Bheka, ngiqonde ukwakhela igama likaJehova uNkulunkulu wami indlu, njengalokho uJehova wakhuluma kuDavide ubaba ngokuthi: ‘Indodana yakho engiyayibeka esihlalweni sakho sobukhosi esikhundleni sakho iyokwakhela indlu yami igama.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite