Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UZakariya 2:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngasengisithi: Uya ngaphi? Wayesethi kimi: “Ukulinganisa iJerusalema, ukubona ububanzi balo nobude balo;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngathi: “Uya ngaphi?” Wathi kimi: “Ngiya ukulinganisa iJerusalema, ngibone ukuthi bungakanani ububanzi balo, bungakanani nobude balo.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Ngayibuza ngathi: “Uyakuphi na?” Yathi kimi: “Ngiyakolinganisa iJerusalema, ngibone ukuthi bungakanani ububanzi balo, nokuthi bungakanani ubude balo.”

Gade chapit la Kopi




UZakariya 2:2
10 Referans Kwoze  

Niyakunquma ifa lomuzi izinkulungwane eziyisihlanu ububanzi nezinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu ubude ngokuqondene nomnikelo wengcwele, libe ngelendlu yonke yakwa-Israyeli.


Umucu wokulinganisa uyakuphuma ubheke egqumeni laseGarebi, ujikele embuzini.


Nganikwa umhlanga onjengodondolo, ingelosi yema, yathi: “Sukuma, ulinganise ithempeli likaNkulunkulu, ne-altare, nabakhuleka kulo.


Ngase ngithi kuyo ingelosi eyayikhuluma kimi: “Baliyisaphi i-efa na?


Kepha manje ngiyahamba ngiya kongithumileyo; akakho kinina ongibuzayo ukuthi: Uya ngaphi na?


Wangiyisa khona; bheka, kwakukhona umuntu okubonakala kunjengethusi, ephethe umucu wefilakisi esandleni sakhe, nodondolo lokulinganisa; wema esangweni.


Ngalokho usho kanje uJehova, uthi: “Ngibuyele eJerusalema ngomusa; indlu yami iyakwakhiwa kulo,” usho uJehova Sebawoti, kwelulwe umucu phezu kweJerusalema.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite