Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UZakariya 2:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ngaphinda ngaphakamisa amehlo ami, ngabona, bheka, nanko umuntu enentambo yokulinganisa esandleni sakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ngaphakamisa amehlo ami, ngabona; bheka, nango umuntu enentambo yokulinganisa esandleni sakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Ngabheka, ngabona indoda iphethe esandleni intambo yokulinganisa.

Gade chapit la Kopi




UZakariya 2:1
12 Referans Kwoze  

Wangiyisa khona; bheka, kwakukhona umuntu okubonakala kunjengethusi, ephethe umucu wefilakisi esandleni sakhe, nodondolo lokulinganisa; wema esangweni.


Ngalokho usho kanje uJehova, uthi: “Ngibuyele eJerusalema ngomusa; indlu yami iyakwakhiwa kulo,” usho uJehova Sebawoti, kwelulwe umucu phezu kweJerusalema.


Owayekhuluma nami wayenohlanga lwegolide ukuba alinganise umuzi, namasango awo, nogange lwawo.


Nganikwa umhlanga onjengodondolo, ingelosi yema, yathi: “Sukuma, ulinganise ithempeli likaNkulunkulu, ne-altare, nabakhuleka kulo.


Wabuye walinganisa inkulungwane, wangidabulisa emanzini; amanzi ayefika emadolweni. Wabuye walinganisa inkulungwane, wangidabula; amanzi ayefika okhalweni.


Kwakukhona ugange ngaphandle kwendlu nxazonke, nasesandleni somuntu kukhona induku yokulinganisa ubude buyingalo nobubanzi besandla; walinganisa ububanzi besakhiwo: umhlanga munye; nokuphakama, umhlanga munye.


Ngase ngiphakamisa amehlo ami, ngabona, bheka, kwakukhona izimpondo ezine.


Umucu wokulinganisa uyakuphuma ubheke egqumeni laseGarebi, ujikele embuzini.


Lapho umuntu ephuma eya ngasempumalanga, enentambo yokulinganisa esandleni sakhe, walinganisa izingalo eziyinkulungwane, wangidabula emanzini; amanzi ayefika emaqakaleni.


Bheka, ngadala umkhandi wensimbi ofutha amalahle emlilweni, akhiqize ithuluzi lomsebenzi wakhe; futhi ngadala umchithi ukuba abhubhise.


Uphondo lukaMowabi lunqunyiwe, nengalo yakhe yaphukile,” usho uJehova.


Emva kwalokho ngabona emibonweni yasebusuku, bheka, kwakukhona isilo sesine, esesabekayo, esesabekayo, nesinamandla kakhulu; futhi yayinamazinyo amakhulu ensimbi; ladla, laphuka, lanyathela insali ngezidladla zalo; yayinezimpondo eziyishumi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite