Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UZakariya 13:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Uma umuntu eprofetha, uyise nonina abamzalayo bayakuthi kuye: ‘Awuyikuphila; ngokuba ukhuluma amanga egameni likaJehova, uyise nonina abamzalayo bayakumhlaba, uma eprofetha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Kuyakuthi uma kusaprofetha umuntu, uyise nonina abamzalayo basho kuye ukuthi: ‘Awuyikuphila, ngokuba ukhuluma amanga egameni likaJehova,’ uyise nonina abamzalayo bamgwaze esaprofetha.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Kuyakuthi uma omunye ephrofetha, uyise nonina abamzalayo bathi kuye: ‘Kufanele ufe, ngokuba uqambe amanga egameni likaSimakade,’ uyise nonina bayakumgwaza esaphrofetha.

Gade chapit la Kopi




UZakariya 13:3
13 Referans Kwoze  

Kodwa umprofethi ozidlayo ukuba akhulume izwi egameni lami engingamyalanga ukuba alikhulume, noma oyakukhuluma egameni labanye onkulunkulu, lowo mprofethi naye uyakufa.


Othanda uyise noma unina kunami kangifanele; nothanda indodana noma indodakazi kunami kangifanele.


Futhi uma umprofethi emkhohlisa lapho ekhuluma okuthile, mina Jehova ngimkhohlisile lowo mprofethi, futhi ngizokwelulela isandla sami kuye ngimqede phakathi kwabantu bami u-Israyeli.


Kepha umprofethi, nompristi, nabantu, abathi: ‘Umthwalo weNkosi, ngiyakumhambela lowo muntu nendlu yakhe.


Ngakho-ke kusukela manje asisazi muntu ngokwenyama; yebo, noma sesimazi uKristu ngokwenyama, nokho kusukela manje asisamazi.


Uma umuntu eza kimi, engazondi uyise, nonina, nomkakhe, nabantwana, nabafowabo, nawodadewabo, yebo, nokuphila kwakhe futhi, angebe ngumfundi wami.


owathi kuyise nonina: “Angimbonanga; akabazi abafowabo, akabazi nabantwana bakhe, ngokuba baligcinile izwi lakho, bagcina isivumelwano sakho.


Ngizwile abakutshoyo abaprofethi abaprofetha amanga ebizweni lami besithi: Ngiphuphile, ngiphuphile.


Umprofethi uJeremiya wayesethi kuHananiya umprofethi: “Lalela, Hananiya! UJehova akakuthumanga; kodwa wena wenza laba bantu bathembele emangeni.


Ngalokho anisayikubona okuyize nokubhula; ngokuba ngiyakubasindisa abantu bami esandleni sakho, nazi ukuthi nginguJehova.


Wathi kimi: “Ndodana yomuntu, indawo yesihlalo sami sobukhosi, nendawo yamathe ezinyawo zami, lapho engiyohlala khona kuze kube phakade phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli, negama lami elingcwele aliyikuyingcolisa indlu ka-Israyeli. Israyeli futhi. Namakhosi abo ngobufebe babo nangezidumbu zamakhosi abo ezindaweni zabo eziphakemeyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite