Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UZakariya 11:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Vula iminyango yakho, Lebanoni, ukuze umlilo uqede imisedari yakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Vula iminyango yakho, Lebanoni, ukuba umlilo udle imisedari* yakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Vula iminyango yakho, Lebhanoni, ukuze umlilo ungqongqise imisedari yakho.

Gade chapit la Kopi




UZakariya 11:1
14 Referans Kwoze  

Wena owakhileyo eLebanoni, owakha isidleke sakho emisedarini, yeka ukuthi uzakuba lesihawu lapho ubuhlungu bukwehlela, ubuhlungu bobelethayo!


Ngiyakubabuyisa ezweni laseGibithe, ngibabuthe e-Asiriya; ngiyakubayisa ezweni lakwaGileyadi naseLebanoni; futhi ngeke itholakale indawo yabo.


Khuphukani entabeni, nilethe imithi, nakhe indlu; ngiyakuthokoza ngalo, ngikhazimulise,” usho uJehova.


Ngoba ubudlova baseLebanoni buyosibekela wena nempango yezilwane eziyethusayo ngenxa yegazi labantu nangenxa yobudlova bezwe, bomuzi nabo bonke abahlala kuwo.


Ngenxa yokuthi uye waxhaphaza izizwe eziningi, yonke insali yezizwe iyokuphanga; ngenxa yegazi labantu, nangenxa yobudlova bezwe, nomuzi, nabo bonke abahlala kuwo.


Ngokuba umlilo uphekiwe entukuthelweni yami, ushise uze ufike endaweni yabafileyo, uqede umhlaba nezithelo zawo, uthungele izisekelo zezintaba.


Bheka, umAsiriya wayengumsedari waseLebanoni, unamagatsha amahle, unengubo enomthunzi, umude; isihloko sawo sasiphakathi kwamagatsha awugqinsi.


Hewula, msayiphuresi; ngoba umsedari uwile; ngoba abalamandla bachithekile. Hewulani, nina zihlahla zothafa zaseBashani! ngoba ihlathi lokuvuna liwile.


Ngalolo suku ngiyakwenza ababusi bakwaJuda babe njengeziko phakathi kwezinkuni nanjengobhaqa esithungwini; ziyodla bonke abantu nxazonke, kwesokudla nakwesokunxele, futhi iJerusalema liyophinde lihlalwe endaweni yalo, eJerusalema.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite