Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UZakariya 1:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Umuntu owayemi phakathi kwemibomvana waphendula wathi: Laba ngabathunywe nguJehova ukuthi badabule emhlabeni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Umuntu owayemi phakathi kwemibomvana wathatha wathi: “Laba yibo uJehova abathumile ukuba bahambahambe emhlabeni.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Umuntu owayemi phakathi kwezihlahla zombomvana wathi: “Laba ngabathunywe nguSimakade ukuba bahambe emhlabeni.”

Gade chapit la Kopi




UZakariya 1:10
13 Referans Kwoze  

Base bephendula ingelosi kaJehova eyayimi phakathi kwemibomvana, zathi: “Siwuhambile umhlaba, bheka, umhlaba wonke uhlezi uyaphumula.


Azisibo yini zonke omoya abakhonzayo, abathunyelwe ukukhonza ngenxa yalabo abayakuba yizindlalifa zensindiso na?


Ngoba ngubani odelele usuku lwezinto ezincane? ngokuba bayakujabula, babone intambo yomthofu wokumisa esandleni sikaZerubabele nalezi eziyisikhombisa; bangamehlo kaJehova agijima emhlabeni wonke.


Ngabuka ebusuku, bheka, nango umuntu ekhwele ihhashi elibomvu emi phakathi kwemibomvana eyayiphansi; futhi emva kwakhe kwakukhona amahhashi abomvu, ezimanakanaka namhlophe.


UJehova wathi kuSathane: “Uvelaphi na?” USathane wayesemphendula uJehova, wathi: “Uhambahamba emhlabeni, nasemuva naphambili kuwo.


Vuka, wena nkemba, umelusi wami, uvukele umuntu ongumngane wami, usho uJehova Sebawoti, uthi: ‘Shaya umalusi, izimvu zihlakazeke;


Bheka, kwaphakanyiswa italenta lomthofu, nangowesifazane ehlezi phakathi kwe-efa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite