Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




URuthe 4:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Abesifazane abakhelene naye bametha igama, bathi: “Uzalelwa uNawomi indodana; baqamba igama layo ngokuthi u-Obede. Unguyise kaJese, uyise kaDavide.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Abesifazane abakhelene naye bametha igama, bathi: “Kuzelwe indodana kuNawomi.” Baqamba igama lakhe ngokuthi u-Obede; yena unguyise kaJese, uyise kaDavide.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Abesifazane abangomakhelwane bakaNawomi bamqamba igama bathi ngu-Obhedi, ngokuba bethi: “Le ngane izalelwe uNawomi, iyindodana yakhe.” Waba nguyise kaJese, uyise kaDavide.

Gade chapit la Kopi




URuthe 4:17
6 Referans Kwoze  

UNawomi wamthatha umfana, wambeka esifubeni sakhe, wamncelisa.


Lezi ziyizizukulwane zikaPheresi: uPheresi wazala uHezironi;


UJehova wasesithi kuSamuweli: Koze kube nini ulilela uSawuli, mina ngimalile ukuthi abuse phezu kukaIsrayeli? Gcwalisa uphondo lwakho ngamafutha, uhambe, ngiyakuthuma kuJese waseBetlehema, ngokuba ngizilungisele inkosi phakathi kwamadodana akhe.


U-Obede wazala uJese noJese kuDavide.


UDavide wayeyindodana yalowo mEfrata waseBetlehema Juda ogama lakhe lalinguJese; wayenamadodana ayisishiyagalombili; lowo muntu wayesemdala ezinsukwini zikaSawule phakathi kwabantu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite