Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 9:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngosuku lweshumi nane lwale nyanga, lapho sekuhlwile, anoligcina ngesikhathi esimisiwe; njengawo wonke amasiko alo nangokwemikhosi yawo yonke uyakulenza.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ngosuku lweshumi nane lwaleyo nyanga ngakusihlwa niyakuligcina ngesikhathi salo esinqunyiweyo; ngokwezimiso zalo zonke nangokwemithetho yalo anoligcina.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Ngosuku lwe-14 lwaleyo nyanga kusihlwa, niyakuligcina ngesikhathi esimisiweyo, njengokwazo zonke izimiso zalo nemithetho yonke yokugcinwa kwalo.”

Gade chapit la Kopi




UNumeri 9:3
10 Referans Kwoze  

Ngokuba ngabe ngabe uhluphekile kaningi selokhu kwasekelwa izwe, kepha manje usebonakalisiwe kanye ekupheleni kwezwe ukuba asuse isono ngomhlatshelo wakhe.


Basebehlaba iphasika ngosuku lwetshumi lane lwenyanga yesibili; abapristi lamaLevi baba lenhloni, bazingcwelisa, baletha iminikelo yokutshiswa endlini yeNkosi.


Inkosi kanye nezikhulu zayo nalo lonke ibandla laseJerusalema bacebisana ukwenza iphasika ngenyanga yesibili.


Ngosuku lweshumi nane lwenyanga yokuqala kusihlwa kuyiphasika likaJehova.


Abantwana bakwa-Israyeli mabagcine iphasika ngesikhathi salo esimisiweyo.


UMose wakhuluma kubantwana bakwa-Israyeli ukuba baligcine iphasika.


UJosiya wenzela uJehova iphasika eJerusalema, balihlaba iphasika ngosuku lweshumi nane lwenyanga yokuqala.


UJehova wakhuluma kuMose naku-Aroni ezweni laseGibithe, wathi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite