Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 9:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Abantwana bakwa-Israyeli mabagcine iphasika ngesikhathi salo esimisiweyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Futhi abantwana bakwa-Israyeli bayakugcina iphasika ngesikhathi salo esinqunyiweyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 “Abantu bakwa-Israyeli mabagcine iPhasika ngesikhathi salo esimisiweyo.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 9:2
12 Referans Kwoze  

UJosiya wenzela uJehova iphasika eJerusalema, balihlaba iphasika ngosuku lweshumi nane lwenyanga yokuqala.


Ngosuku lweshumi nane lwenyanga yokuqala kusihlwa kuyiphasika likaJehova.


Lwase lufika usuku lwesinkwa esingenamvubelo, okufanele kuhlatshwe ngalo iphasika.


Kwathi ngosuku lokuqala lwesinkwa esingenamvubelo, lapho kuhlatshwa khona iphasika, abafundi bakhe bathi kuye: “Uthanda ukuba siye sikulungiselaphi ukuba udle iphasika na?


Abantwana babathunjwa bagcina iphasika ngosuku lweshumi nane lwenyanga yokuqala.


Abantwana bakwa-Israyeli bamisa eGiligali, bagcina iphasika ngosuku lweshumi nane lwenyanga kusihlwa emathafeni aseJeriko.


Ngosuku lweshumi nane lwenyanga yokuqala kuyiphasika likaJehova.


Ngosuku lweshumi nane lwale nyanga, lapho sekuhlwile, anoligcina ngesikhathi esimisiwe; njengawo wonke amasiko alo nangokwemikhosi yawo yonke uyakulenza.


Inkosi yayisiyala bonke abantu, yathi: “Menzeleni uJehova uNkulunkulu wenu iphasika njengokulotshiweyo encwadini yalesi sivumelwano.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite