Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 5:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Indlu engcwele yalowo nalowo iyakuba ngeyakhe; konke umuntu akunika umpristi, kuyakuba ngeyakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Izinto ezingcwele zalowo nalowo ziyakuba ngezakhe; noma kungaba yini umuntu akunika umpristi, kuyakuba ngokwakhe.’ ”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Izinto zonke ezingcwele ziyakuba ngezakhe, nakho konke abayakukunikela kumphristi kuyokuba ngokwakhe.’ ”

Gade chapit la Kopi




UNumeri 5:10
4 Referans Kwoze  

Kumelwe nikudlele endlini engcwele, ngoba kungokwenu nesamadodana akho eminikelweni yomlilo kaJehova; ngoba ngilaywe ngokunjalo.


UJehova wakhuluma kuMose, wathi:


UMose wayinika u-Eleyazare umpristi intela, eyayingumnikelo weNkosi, njengalokho uJehova emyalile uMose.


Kumelwe kube ngelika-Aroni namadodana akhe ngokwesimiso esiphakade esivela kubantwana bakwa-Israyeli; ngoba kungumnikelo wokuphakanyiswa; kuyakuba ngumnikelo wokuphakanyiswa wabantwana bakwa-Israyeli weminikelo yokubonga, umnikelo wabo wokuphakanyiswa kuJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite