Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 4:35 - Contemporary Zulu Bible 2024

35 kusukela kominyaka imashumi mathathu ezelwe, kuya phezulu, kuse kominyaka imashumi mahlanu ezelwe, bonke abeza inkonzo yomsebenzi etendeni lokuhlangana;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 kusukela kwabaneminyaka engamashumi amathathu kuya phezulu kuze kube kwabeneminyaka engamashumi ayisihlanu, bonke abangena emsebenzini ukukhonza etendeni lokuhlangana;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

35 kusukela kwabaneminyaka engama-30 kuze kube kwabeneminyaka engama-50, bonke abangena ukwenza umsebenzi wokukhonza ethendeni lokuhlangana.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 4:35
15 Referans Kwoze  

Lawa angamadodana kaLevi ngezindlu zawoyise; nezinhloko zezindlu zawoyise, zabalwayo kubo ngokwenani lamagama ngamavoti azo, abenza umsebenzi wenkonzo yendlu kaJehova, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu.


kusukela kwabaneminyaka engamashumi amathathu kuya phezulu kuya kwabaneminyaka engamashumi amahlanu kumelwe uwabale; bonke abangena ukwenza inkonzo, ukwenza umsebenzi etendeni lokuhlangana.


angabi ngosafufusa, funa azikhukhumeze awele ekulahlweni kukaSathane.


UJesu yena waqala eneminyaka engaba ngamashumi amathathu (njengoba kwakucatshangwa) indodana kaJosefa, indodana kaHeli,


nezigaba zabapristi namaLevi nezawo wonke umsebenzi wenkonzo yendlu kaJehova nezazo zonke izinto zenkonzo yendlu kaJehova.


U-Israyeli kusukela eBeri Sheba kuze kube kwaDani, futhi umumo wabo ngamavoti abo, indoda ngendoda, yayiyizinkulungwane ezingamashumi amathathu nesishiyagalombili.


kusukela kwabaneminyaka engamashumi amathathu kuya phezulu, kuze kufike kwabaneminyaka engamashumi ayisihlanu, bonke abeza ukwenza inkonzo yenkonzo nenkonzo yokuthwala etendeni lokuhlangana,


kusukela kominyaka imashumi mathathu ezelwe, kuya phezulu, kuze kufike kominyaka imashumi mahlanu ezelwe, bonke abangena enkonzweni yomsebenzi etendeni lokuhlangana,


kusukela kominyaka imashumi mathathu ezelwe, kuya phezulu, kuze kufike kominyaka imashumi mahlanu ezelwe, bonke abangena enkonzweni yomsebenzi etendeni lokuhlangana,


kusukela kominyaka imashumi mathathu ezelwe, kuya phezulu, kuse kominyaka imashumi mahlanu ezelwe, wobabala bonke abangena enkonzweni ukwenza umsebenzi wetende lokuhlangana.


kusukela koleminyaka engamatshumi amathathu langaphezulu kusiya koleminyaka engamatshumi amahlanu, bonke abangena empini ukwenza umsebenzi ethenteni lenhlangano.


OMose no-Aroni nezikhulu zenhlangano babala amadodana amaKohati ngemindeni yawo nangezindlu zawoyise;


labo ababalwayo ngemindeni yabo babe yizinkulungwane ezimbili namakhulu ayisikhombisa namashumi ayisihlanu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite