Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 35:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 Aniyikuthatha isihlawulo ngomuntu obalekele emzini wakhe okhululekileyo ukuba abuye ahlale ezweni aze afe umpristi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 “ ‘Aniyikuthatha ihlawulo lobalekele emzini wakhe wokuphephela ukuba abuye ahlale ezweni, engakafi umpristi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 “ ‘Aniyukuyithatha inhlawulo kumuntu obalekele emzini wokuphephela, ukuze obhacile abuye azohlala ezweni, engakafi umphristi omkhulu.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 35:32
8 Referans Kwoze  

Bahlabelela isihlabelelo esisha, bethi: Ufanele ukuyithatha incwadi nokuvula izimpawu zayo, ngokuba wahlatshwa, wasihlengela uNkulunkulu ngegazi lakho abavela kuzo zonke izizwe, nezilimi, nabantu, isizwe;


Kepha umbhalo uvalile konke phansi kwesono, ukuze isithembiso ngokukholwa nguJesu Kristu siphiwe abakholwayo.


Angiwujabhi umusa kaNkulunkulu; ngokuba uma ukulunga kuvela ngomthetho, khona uKristu wafela ize.


Ayikho insindiso ngomunye, ngokuba alikho elinye igama phansi kwezulu elinikiwe ebantwini, esimelwe ukusindiswa ngalo.


Ngaphezu kwalokho, aniyikuthatha noma iyiphi inhlawulo yomphefumulo wombulali onecala lokubulala, kodwa kumelwe abulawe nakanjani.


Ngakho-ke aniyikungcolisa izwe enikulo, ngokuba igazi liyangcolisa izwe; nezwe alinakuhlanjululwa egazini elichithwa kulo, kuphela ngegazi lalowo olichithile.


AbaseGibeyoni base bethi kuye: “Asiyikuthatha isiliva negolide kuSawule nasendlini yakhe; ungasibulaleli muntu kwa-Israyeli. Wathi: “Lokho okushoyo, ngizokwenzela khona.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite