Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 35:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 Loba ngubani obulala umuntu, umbulali kumele abulawe ngomlomo wabofakazi; kepha ufakazi oyedwa akayikufakaza ngomuntu ukuba afe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 “ ‘Noma ubani obulala umuntu, umbulali uyakubulawa ngemilomo yawofakazi; kepha ufakazi oyedwa akayikufakazela muntu aze afe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 “ ‘Noma ngubani obulala umuntu, uyobulawa ngenxa yobufakazi obethulwe ngaye. Kepha akekho oyobulawa ngenxa yobufakazi bomuntu oyedwa.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 35:30
14 Referans Kwoze  

Odelele umthetho kaMose wafa engenasihawu ngofakazi ababili noma abathathu;


Kodwa uma engakulaleli, thatha kanye nawe oyedwa noma ababili, ukuze ngomlomo wawofakazi ababili noma abathathu wonke amazwi aqiniswe.


Ufakazi oyedwa akayikuma ngomuntu ngobubi noma ngesono kunoma yisiphi isono one ngaso; ngomlomo wawofakazi ababili noma ngomlomo wawofakazi abathathu indaba iyakuqiniswa.


Sekungokwesithathu ngiza kini. Ngomlomo wawofakazi ababili noma abathathu wonke amazwi ayakuqiniswa.


Ungalamukeli ukumangalelwa ngelunga, ngaphandle kofakazi ababili noma abathathu.


Ngizanika ofakazi bami ababili amandla, njalo bazaphrofetha insuku eziyinkulungwane lamakhulu amabili lamatshumi ayisithupha bembethe isaka.


Umthetho wethu uyamgweba yini umuntu, ungakamuzwa, wazi akwenzayo na?


Uma emshaya ngensimbi, aze afe, ungumbulali; umbulali wobulawa nokubulawa.


Oshaya umuntu aze afe, wobulawa nokubulawa.


Futhi obulala umuntu kumelwe abulawe nokubulawa.


Ngaphezu kwalokho, aniyikuthatha noma iyiphi inhlawulo yomphefumulo wombulali onecala lokubulala, kodwa kumelwe abulawe nakanjani.


Uqalekisiwe oshaya umakhelwane wakhe ngasese. Futhi bonke abantu kumelwe bathi: Amen!


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite