Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 33:53 - Contemporary Zulu Bible 2024

53 Kumelwe nixoshe abakhileyo ezweni futhi nihlale kulo, ngoba ngininikile izwe ukuba nilidle.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

53 nidle ifa lezwe, nihlale kulo, ngokuba ngininikile izwe ukuba nilidle.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

53 Izwe niyakulidla, nihlale kulo, ngokuba ngininike lona ukuba nilidle.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 33:53
16 Referans Kwoze  

Ngoba lizawela iJordani lingene ukulidla ilizwe uJehova uNkulunkulu wenu azalinika lona, njalo lizalidla lihlale kulo.


UJehova wamnika u-Israyeli lonke izwe ayefunge ukulinika oyise; balidla, bahlala kulo.


Lapho oPhezukonke ehlukanisela izizwe ifa labo, lapho ehlukanisa abantwana bakwa-Adamu omunye nomunye, wamisa imingcele yabantu ngokwesibalo sabantwana bakwa-Israyeli.


Angivunyelwa yini ukwenza engikuthandayo ngokungokwami? Iso lakho libi, ngokuba mina ngimuhle?


Bayokuxosha kubantu, indawo yakho yokuhlala ibe kanye nezilwane zasendle; bayakukudlisa utshani njengezinkomo, kudlule kuwe izikhathi eziyisikhombisa, uze wazi ukuthi oPhezukonke ubusa embusweni wabantu, uwunike lowo athanda ukumnika wona.


Bayakukuxosha kubantu, indawo yakho yokuhlala ibe nezilwane zasendle, bakudlise utshani njengezinkomo, bakuphuzise ngamazolo ezulu, kudlule izikhathi eziyisikhombisa. Wena. Nize nazi ukuthi oPhezukonke uyabusa embusweni wabantu futhi uyinika athanda ukumnika yona.


Le ndaba injengomyalo wabalindi nokufunwa yizwi labangcwele ukuba abaphilayo bazi ukuthi oPhezukonke ubusa embusweni wabantu, awunike lowo athanda ukummisa, ammise. Phezu kwawo amadoda aphansi.


Izulu, yebo, izulu ngelikaJehova, kepha umhlaba wawunika abantwana babantu.


Uma uthi enhliziyweni yakho: Lezi zizwe ziningi kunami; ngingaziphuca kanjani?


Uma ungena ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona, ulidle, uhlale kulo, uthi: ‘Ngiyakumisa inkosi phezu kwami njengezizwe zonke ezingihaqileyo;


UJehova uNkulunkulu wakho uyakuzixosha phambi kwakho, azixoshe phambi kobuso bakho; nidle izwe lazo, njengalokho uJehova uNkulunkulu wenu enithembisile.


Wathi kuye: NginguJehova owakukhipha e-Uri lamaKaledi ukuba ngikunike leli zwe ukuba ulidle.


Nganiyala ngaleso sikhathi, ngathi: ‘UJehova uNkulunkulu wenu uninikile leli zwe ukuba nilidle;


Qina, ume isibindi, ngokuba laba bantu uyakubanika izwe engalifungela oyise ukubanika lona libe yifa labo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite