Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 33:46 - Contemporary Zulu Bible 2024

46 Basuka eDibhon Gadi, bamisa inkamba e-Alimoni-Dibilatayimi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

46 Basuka eDiboni Gadi, bamisa e-Alimoni Dibilatayimi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

46 Basuka eDibhoni Gadi, bakanisa e-Alimoni Dibhilathayimi.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 33:46
8 Referans Kwoze  

Ngiyakwelulela isandla sami kubo, ngenze izwe libe yihlane, yebo, ihlane njengogwadule ngaseDiblati kuzo zonke izindawo zabo zokuhlala; bazakwazi ukuthi nginguJehova.


naseDiboni, naseNebo, naseBeti-Dibilatayimi;


Indodakazi yakho ehlala eDiboni yehla enkazimulweni yakho, ihlezi ngokoma; ngokuba umchithi wakwaMowabi uyakunifikela, achithe izinqaba zenu.


Wenyukela eBayiti naseDiboni ezindaweni eziphakemeyo ukuyokhala; UMowabi uyakukhala eNebo naseMedeba; kuwo wonke amakhanda abo kuyoba yimpandla, nazo zonke izilevu ziyogundwa.


Abantwana bakwaGadi bakha iDiboni, ne-Atharoti, ne-Aroweri;


Basuka lapho baya eBeri; lokhu kungumthombo uJehova akhuluma ngawo kuMose, wathi: “Butha abantu, ngibanike amanzi.


Basuka e-Iyimi, bamisa inkamba eDibhon Gadi.


Basuka e-Alimoni-Dibilatayimi, bamisa ezintabeni zase-Abharimi phambi kweNebo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite