Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 33:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Basuka eRamsesi ngenyanga yokuqala ngosuku lweshumi nanhlanu lwenyanga yokuqala; ngangomuso emva kwephasika abantwana bakwa-Israyeli baphuma ngesandla esiphakemeyo emehlweni abo bonke abaseGibithe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Basuka eRamesesi ngenyanga yokuqala ngosuku lweshumi nanhlanu lwenyanga yokuqala; ngolwangakusasa emva kwephasika abantwana bakwa-Israyeli baphuma ngesandla esiphakemeyo emehlweni abo bonke abaseGibithe,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Basuka eRamesesi ngenyanga yokuqala ngosuku lwe-15 lwayo; ngosuku olulandela olwephasika. Abakwa-Israyeli baphuma ngendumiso bebuka bonke abaseGibhithe.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 33:3
10 Referans Kwoze  

UJehova wayenza lukhuni inhliziyo kaFaro inkosi yaseGibithe, waxosha abantwana bakwa-Israyeli; abantwana bakwa-Israyeli baphuma ngesandla esiphakeme.


Namuhla niphumile ngenyanga ka-Abibi.


Abantwana bakwa-Israyeli basuka eRamsesi baya eSukoti, kungathi izinkulungwane ezingamakhulu ayisithupha ezihamba ngezinyawo, amadoda ngaphandle kwabantwana.


Umfohli uyakhuphuka phambi kwabo; babhodloza bangena ngesango baphuma ngalo; inkosi yabo iyakuphuma phambi kwabo, noJehova eyinhloko yabo.


Ngoba akumelwe uphume ngokushesha futhi ungabaleki; ngokuba uJehova uyakuphuma phambi kwenu; futhi uNkulunkulu ka-Israyeli uyakuba ngumvuzo wenu.


IGibhithe lathokoza ekuphumeni kwabo, ngoba ukwesaba kwabo kwabehlela.


Le nyanga iyakuba kini eyokuqala kwezinyanga; kumelwe kube yinyanga yokuqala yonyaka kini.


UJosefa wayesebamisa uyise nabafowabo, wabanika indawo ezweni laseGibithe, endaweni enhle kunazo zonke yezwe, ezweni laseRamesesi, njengokuyala kukaFaro.


Ngakho babeka phezu kwabo abaphathi bezisebenzi ukuze babacindezele ngemithwalo yabo. Bamakhela imizi eyingcebo uFaro, nePitomu, neRamesesi.


UMose waloba ukuphuma kwabo njengezinyathelo zabo njengesiyalezo sikaJehova; lezi ziyizinkambo zabo ngohambo lwabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite