Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 31:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Abantwana bakwa-Israyeli bathumba bonke abesifazane bakwaMidiyani nabantwana babo, bathumba zonke izinkomo zabo, nayo yonke imihlambi yabo, nayo yonke impahla yabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Abantwana bakwa-Israyeli bathumba abesifazane bakwaMidiyani nabancane babo; nazo zonke izinkomo zabo, nazo zonke izimvu zabo, nayo yonke impahla yabo bakuthatha kwaba yimpango yabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Abakwa-Israyeli bathumba abesifazane bakwaMidiyani nezingane, bathatha yonke imfuyo yabo nawo wonke umcebo wabo, nempahla yabo, kwayimpango.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 31:9
9 Referans Kwoze  

Ngakho uJehova uNkulunkulu wakhe wamnikela esandleni senkosi yase-Aramu; bamehlula, bathumba kubo isixuku esikhulu, babayisa eDamaseku. Naye wanikelwa esandleni senkosi yakwa-Israyeli, yamshaya ngokuceka okukhulu.


Kodwa abesifazane nabantwana abancane nemfuyo nakho konke okusemzini, yonke impango yawo, kumelwe uzithathele wena; uyakudla impango yezitha zakho uJehova uNkulunkulu wakho akunike yona.


Babulala amakhosi akwaMidiyani, ngaphandle kwabaseleyo kwababuleweyo; okungukuthi u-Ewi, noRekemi, noSuri, noHure, noReba, amakhosi ayisihlanu akwaMidiyani; UBileyamu indodana kaBeyori naye wababulala ngenkemba.


Bayishisa yonke imizi yabo ababehlala kuyo, nezinqaba zabo zonke ezinhle ngomlilo.


Futhi yonke ingcebo yabo nabo bonke abantwana babo abancane nabafazi babo bathumba futhi baphanga konke okwakusendlini.


(Ngokuba amadoda empi athatha impango, kwaba yilowo nalowo ngeyakhe.)


Bachitha namatende ezinkomo, bathumba izimvu namakamela ngobuningi, babuyela eJerusalema.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite