Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 31:29 - Contemporary Zulu Bible 2024

29 Thatha inxenye yazo uyinike u-Eleyazare umpristi ibe ngumnikelo wokuphakanyiswa ovela kuJehova.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 nikuthathe enxenyeni yabo, nikunike u-Eleyazare umpristi, kube ngumnikelo wokuphakanyiswa kaJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 niyokuthatha engxenyeni yawo, nikunike u-Eleyazare, umphristi, kube ngumnikelo kuSimakade.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 31:29
7 Referans Kwoze  

Ziqaphele ukuthi ungamshiyi umLevi zonke izinsuku zakho emhlabeni.


Kumelwe ujabule phambi kukaJehova uNkulunkulu wakho, wena namadodana akho namadodakazi akho nezinceku zakho nezincekukazi zakho nomLevi osemasangweni akho; ngoba akanasabelo nafa kanye nawe.


Yisho kumaLevi, uthi kuwo: ‘Uma nithatha kubantwana bakwa-Israyeli okweshumi engininike khona kubo njengefa lenu, niyakuletha kukho umnikelo wokuphakanyiswa kuJehova, okweshumi kokweshumi.


Kumelwe ungcwelise isifuba somnikelo wokuzuliswa nomlenze womnikelo wokuzuliswa onyakazayo nophakanyiswayo enqameni yokwahlukaniselwa, okungokuka-Aroni nokwamadodana akhe;


Niyakuthathela uJehova intela emaqhaweni aphuma impi: umphefumulo oyedwa kwabangamakhulu ayisihlanu, kubantu, nakuzo izinkomo, nakuzo izimbongolo, nakuzo izimvu;


Enxenyeni yabantwana bakwa-Israyeli uyakuthatha enye emashumini ayisihlanu, kubantu, nakuzo izinkomo, nakuzo izimbongolo, nasemhlambini wezimvu, kuzo zonke izinhlobo zezilwane, ukunike amaLevi agcina imihlambi isevisi. Wetabernakele leNkosi.


Ngalokho niyakuletha umnikelo wokuphakanyiswa kuJehova kukho konke okweshumi kwenu enikwamukela kubantwana bakwa-Israyeli; futhi kumelwe unike u-Aroni umpristi umnikelo kaJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite