Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 31:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 UMose wazithukuthelela izinduna zempi nezinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu ezazivela empini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 UMose wazithukuthelela iziphathimandla zebandla, izinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu ezazibuya empini.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 UMose wazithukuthelela iziphathimandla zempi, izinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu, ezazibuya empini.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 31:14
13 Referans Kwoze  

Thukuthelani, ningoni; ilanga malingashoni nisathukuthele.


Umuntu kaNkulunkulu wamthukuthelela, wathi: “Ngabe ushaye kahlanu noma kasithupha; wanqoba ama-Aramu waze wawaqeda; kodwa manje uzowahlula ama-Aramu kathathu kuphela.


Wathi kuye: “Usho kanje uJehova, uthi: ‘Ngokuba ukhululile umuntu esandleni sakho engambeka ukuba ambhubhise ngokufa, umphefumulo wakho uyakuba esikhundleni sokuphila kwakhe, nabantu bakho esikhundleni sabantu bakhe.’


Izinduna zezinkulungwane zebutho, izinduna zezinkulungwane lezinduna zamakhulu zasondela kuMozisi.


(Umuntu uMose wayemnene kakhulu kunabo bonke abantu ababesemhlabeni.)


UMose wayifunisisa impongo, bheka, yayishisiwe, wabathukuthelela u-Eleyazare no-Itamari, amadodana ka-Aroni ayesele, wathi:


U-Aroni wathi: “Intukuthelo yenkosi yami mayingavuthi;


Wathi esondela ekamu, wabona ithole nokusina, intukuthelo kaMose yavutha, waphonsa izibhebhe ezandleni zakhe, waziphihliza phansi kwentaba.


OMose no-Eleyazare umpristi nazo zonke izikhulu zenhlangano baphuma ukubahlangabeza ngaphandle kwekamu.


Wayesethi uMose kubo: “Nibaphilise bonke abesifazane na?


Iyakummisa abe yinduna yenkulungwane nenduna yamashumi ayisihlanu; futhi iyozimisela ukuba zilime insimu yayo, zivune isivuno sayo, yenze izikhali zayo zempi nezinqola zayo.


UDavide wayesebala amadoda ayenaye, wabeka phezu kwawo izinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite