Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 31:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Bayishisa yonke imizi yabo ababehlala kuyo, nezinqaba zabo zonke ezinhle ngomlilo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Yonke imizi yabo yasezindaweni, lapho bebehlala khona, nawo onke amakamu* abo bakushisa ngomlilo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Yonke imizi yabo ezindaweni, lapho babehlala khona, nawo wonke amathende abo bakushisa ngomlilo.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 31:10
8 Referans Kwoze  

Ngakho-ke izinhlupho zalo ziyakufika ngalusuku lunye, ukufa, nokulila, nendlala; iyakushiswa nokushiswa ngomlilo, ngokuba inamandla iNkosi uJehova owahlulelayo.


Izwe lakini liyincithakalo, imizi yenu ishisiwe ngomlilo; izwe lenu abafokazi bayalidla phambi kwenu, liyincithakalo njengokuchithwa kwabafokazi.


UFaro inkosi yaseGibithe wenyuka walithatha iGezeri walishisa ngomlilo, wabulala amaKhanani ahlala emzini, walinika indodakazi yakhe, umkaSolomoni, yaba yisipho.


Kwathi uDavida labantu bakhe befika eZikilagi ngosuku lwesithathu, ama-Amaleki ahlasela eningizimu leZikilagi, anqoba iZikilagi, ayitshisa ngomlilo;


Bawushisa umuzi ngomlilo nakho konke okwakukuwo, isiliva kuphela, negolide, nezinto zethusi, nezensimbi, bakubeka endlini yengcebo yendlu kaJehova.


Lawa angamadodana ka-Ishmayeli, futhi lawa angamagama awo ngemizi yawo nezinqaba zawo; izikhulu eziyishumi nambili ngokwezizwe zazo.


Abantwana bakwa-Israyeli bathumba bonke abesifazane bakwaMidiyani nabantwana babo, bathumba zonke izinkomo zabo, nayo yonke imihlambi yabo, nayo yonke impahla yabo.


Athatha yonke impango nayo yonke impango yabantu neyezilwane.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite