Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 3:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 Inkonzo yabo iyakuba ngumphongolo, netafula, nothi lwesibani, nama-altare, nezinto zendlu engcwele abakhonza ngazo, neveli, nayo yonke inkonzo yalo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Okugcinwa yibo kuyakuba ngumphongolo, netafula, nothi lwezibani, nama-altare, nezimpahla zendlu engcwele abakhonza ngazo, neveli, nayo yonke inkonzo yalokho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

31 Umsebenzi wabo kwakungukugcina umphongolo, itafula, uthi lwezibani, ama-althare, izitsha ezisetshenziswa endaweni engcwele, ikhethini nayo yonke imisebenzi eyayenziwa ngalezo zinto.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 3:31
15 Referans Kwoze  

Wabeka umcengezi phakathi kwetende lokuhlangana ne-altare, wathela kuwo amanzi okugeza.


UBesaleli wenza umphongolo ngomuthi womtholo; ubude bawo babuyizingalo ezimbili nenxenye, ububanzi bawo buyingalo nenxenye, nokuphakama kwawo kwakuyingalo nenxenye.


Futhi abantu abasosi isibani basibeke ngaphansi kwesitsha, kodwa basibeke othini; futhi ikhanyisela bonke abasendlini.


Isikhulu sendlu kayise wemindeni yamaKohati siyakuba ngu-Elishafani indodana ka-Uziyeli.


U-Eleyazare, indodana ka-Aroni umpristi, kumelwe abe induna yezikhulu zamaLevi, aqondise labo abagcina inkonzo yendlu engcwele.


Ngaleso sikhathi uJehova wahlukanisa isizwe sakwaLevi ukuba sithwale umphongolo wesivumelwano sikaJehova, sime phambi kukaJehova simkhonze, sibusise egameni lakhe kuze kube namuhla.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite