Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 29:40 - Contemporary Zulu Bible 2024

40 UMose wabatshela abantwana bakwa-Israyeli, njengalokho uJehova emyalile uMose.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 UMose wabatshela abantwana bakwa-Israyeli njengakho konke uJehova amyale ngakho uMose.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

40 UMose wabatshela abantu bakwa-Israyeli konke lokho uSimakade ayemyale ngakho.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 29:40
9 Referans Kwoze  

UMose nempela wayethembekile endlini yakhe yonke njengenceku, kube ngubufakazi balokho okwakuzakhulunywa;


owayethembekile kowammisayo, njengoMozisi laye wayethembekile endlini yakhe yonke.


Ngokuba kuqala kunakho konke nganinika lokho engakwamukela nami, ukuthi uKristu wafela izono zethu njengokwemibhalo;


Ngoba angigodlanga ukulitshumayela lonke icebo likaNkulunkulu.


nibafundise ukugcina konke enginiyale ngakho; bhekani, mina nginani izinsuku zonke, kuze kube sekupheleni kwezwe. Amen.


Bhekani, nginifundisile izimiso nezahlulelo, njengalokho uJehova uNkulunkulu wami engiyalile, ukuba nenze kanjalo ezweni eningena kulo ukulidla.


UMose wenza-ke; njengalokho uJehova emyalile, wenze njalo.


Lezizinto niyakuzenza kuJehova emikhosini yenu, ngaphandle kwezithembiso zenu, neminikelo yenu yesihle, neminikelo yenu yokushiswa, neminikelo yenu yempuphu, neminikelo yenu yokuphuzwa, neminikelo yenu yokubonga.


UMose wakhuluma ezinhloko zezizwe ngabantwana bakwa-Israyeli, wathi: “Nansi indaba uJehova ayale ngayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite