Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 28:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 Nezinyane lembuzi libe linye ukwenzela ukubuyisana.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 nempongo ibe nye ukunenzela ukubuyisana.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 nempongo, ukunenzela ukubuyisana.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 28:30
11 Referans Kwoze  

Nembuzi eyodwa ibe ngumnikelo wesono wokunenzela ukubuyisana.


Inqama eyodwa ibe ngumnikelo wesono kuJehova uyakunikelwa ngayo ngaphandle komnikelo oshiswa imihla yonke nomnikelo wawo wokuphuzwa.


Ngokuba noKristu wahlupheka kwaba kanye ngenxa yezono, olungileyo ngenxa yabangalungile, ukuze asiyise kuNkulunkulu, ebulawa enyameni, kodwa ephiliswa ngoMoya;


Yena owathwala izono zethu emzimbeni wakhe emthini, ukuze thina sesifile ezonweni siphile ekulungeni, omivimbo yakhe naphulukiswa ngayo.


UKristu wasihlenga esiqalekisweni somthetho, esenziwe isiqalekiso ngenxa yethu, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Uqalekisiwe wonke olenga emthini;


Ngokuba yena ongasazi isono wamenza isono esikhundleni sethu; ukuze senziwe ukulunga kukaNkulunkulu kuye.


Kuyakuthi, uma kwenziwa ngokungazi ibandla lingazi, ibandla lonke liyakulungiselela ijongosi elilodwa libe ngumnikelo wokushiswa, libe yiphunga elimnandi kuJehova kanye nomnikelo walo wokudla nomnikelo walo wokuphuzwayo, ngokomthetho, nenqama eyodwa ibe ngumnikelo wesono.


Base bethatha ingubo kaJosefa, bahlaba izinyane lembuzi, bacwilisa ingubo egazini;


Kumelwe unikele ngenqama eyodwa njengomnikelo wesono namawundlu angamaduna aneminyaka emibili ubudala njengomnikelo wokubonga.


Nokweshumi okuyingcosana ngewundlu elilodwa kumawundlu ayisikhombisa;


Kumelwe nikulungise kanye nomnikelo wokushiswa wezikhathi zonke nomnikelo wawo wempuphu (kumelwe kungabi nasici kini) neminikelo yako yokuphuzwayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite