Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 28:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ngosuku lweshumi nane lwenyanga yokuqala kuyiphasika likaJehova.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 “ ‘Ngenyanga yokuqala ngosuku lweshumi nane lwenyanga kuyiphasika likaJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 “ ‘Ngenyanga yokuqala ngosuku lwe-14 lwayo, kuyakuba yiphasika likaSimakade.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 28:16
15 Referans Kwoze  

Ngenyanga yokuqala ngosuku lweshumi nane lwenyanga kusihlwa niyakudla isinkwa esingenamvubelo kuze kube lusuku lwamashumi amabili nanye lwenyanga kusihlwa.


Kwathi ngosuku lokuqala lomkhosi wesinkwa esingenamvubelo abafundi beza kuJesu, bathi kuye: “Uthanda ukuba sikulungisele ngaphi ukuba udle iphasika na?


Niyazi ukuthi emva kwezinsuku ezimbili kungumkhosi wePhasika, futhi iNdodana yomuntu izokhashelwa ukuba ibethelwe esiphambanweni.


UJehova wakhuluma kuMose naku-Aroni ezweni laseGibithe, wathi:


Kumelwe ugubhe umkhosi wesinkwa esingenamvubelo (izinsuku eziyisikhombisa uyakudla isinkwa esingenamvubelo, njengoba nje ngakuyala, ngesikhathi esimisiwe senyanga ka-Abibi, ngoba waphuma ngayo eGibhithe, futhi akekho oyolala phambi kwami ayiveli).


Kumelwe ugubhe umkhosi wesinkwa esingenamvubelo. Izinsuku eziyisikhombisa uyakudla isinkwa esingenamvubelo, njengalokho ngakuyala, ngesikhathi senyanga ka-Abibi; ngoba ngenyanga ka-Abibi waphuma eGibhithe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite