Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 27:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kungani igama likababa kumelwe liqedwe phakathi komndeni wakhe, ngoba engenandodana? Bese usinika ifa phakathi kwabafowabo bakababa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Igama likababa liyakusulelwani emndenini wakhe, lokhu engenandodana na? Siphe ifa phakathi kwabafowabo bakababa.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Kungani igama likababa likhishiwe emndenini wakhe, yingoba engenandodana na? Sabeleni nathi ifa phakathi kwabafowabo bakababa.”

Gade chapit la Kopi




UNumeri 27:4
6 Referans Kwoze  

Asondela phambi kuka-Eleyazare umpristi, naphambi kukaJoshuwa indodana kaNuni, naphambi kwezikhulu, athi: “UJehova wamyala uMose ukuba asinike ifa phakathi kwabafowethu. Ngakho wabapha ifa phakathi kwabafowabo bakayise ngokomyalo kaJehova.


Inzalo yakhe mayinqunywe; igama labo malisulwe esizukulwaneni esilandelayo.


UMose wamncenga uJehova uNkulunkulu wakhe, wathi: “Jehova, ulaka lwakho luvuthelani abantu bakho owabakhipha ezweni laseGibithe ngamandla amakhulu nangesandla esinamandla na?


Ukukhanya kolungileyo kuyathokoza, kepha isibani sababi siyacima.


Ubaba wafela ehlane, wayengekho eqenjini lababuthanela uJehova eqenjini likaKora; kodwa wafa esonweni sakhe futhi engenamadodana.


UMozisi waseletha udaba lwabo phambi kweNkosi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite