Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 27:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Wabeka izandla zakhe phezu kwakhe, wamyala, njengalokho uJehova eyalile ngesandla sikaMose.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 wabeka izandla zakhe phezu kwakhe, wamnika isikhundla, njengalokho uJehova ekhulumile ngesandla sikaMose.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Wabeka izandla zakhe phezu kwakhe, wamgunyaza, njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 27:23
9 Referans Kwoze  

Kodwa yala uJoshuwa, umkhuthaze, umqinise, ngoba yena uzachapha phambi kwalababantu, njalo uzabenza balidle ilifa lelizwe ozalibona.


Ummise phambi kuka-Eleyazare umpristi naphambi kwebandla lonke; wamyala emehlweni abo.


UJehova wayesethi kuMose: “Zithathele uJoshuwa, indodana kaNuni, umuntu okuye uMoya, ubeke isandla sakho phezu kwakhe;


UMose wenza njengalokho uJehova emyalile; wamthatha uJoshuwa, wammisa phambi kuka-Eleyazare umpristi naphambi kwebandla lonke.


UJehova wakhuluma kuMose, wathi:


Wayala uJoshuwa, indodana kaNuni, wathi: “Qina, uqine, ngokuba uyakubangenisa abantwana bakwa-Israyeli ezweni engabathembisa lona ngesifungo, mina ngiyakuba nawe.”


UJoshuwa indodana kaNuni wayegcwele umoya wokuhlakanipha; ngokuba uMose wabeka izandla phezu kwakhe; abantwana bakwa-Israyeli bamlalela, benza njengalokho uJehova emyalile uMose.


Ngamyala uJoshuwa ngaleso sikhathi, ngathi: “Amehlo akho abonile konke uJehova uNkulunkulu wakho akwenzile kulawo makhosi amabili; kanjalo uJehova uyakwenza kuyo yonke imibuso oya kuyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite