Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 26:62 - Contemporary Zulu Bible 2024

62 Ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi amabili nantathu, bonke abesilisa kusukela kwabanenyanga kuya phezulu; ngoba babengabalwanga phakathi kwabantwana bakoIsrayeli, ngoba kabalinikwanga ilifa phakathi kwabantwana bakoIsrayeli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

62 Ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi amabili nantathu, bonke abesilisa kusukela kwabanenyanga kuya phezulu; ngokuba ababalwanga phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli, lokhu abanikwanga ifa phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

62 Sebebonke abaLevi besilisa kusukela konenyanga eyodwa ubudala kuya phezulu babeyizi-23 000. Bona ababalwanga nabesilisa bakwa-Israyeli, ngoba babengezukuthola sabelo esizoba yifa labo ezweni. Ababelwanga ifa kwabakwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 26:62
14 Referans Kwoze  

Ngakho uLevi akanasabelo nafa kanye nabafowabo; uJehova uyifa lakhe, njengalokho uJehova uNkulunkulu wakho emthembisile.


Bonke ababalwayo bamaLevi uMose no-Aroni abababalayo ngokomyalo weNkosi ngezizukulwane zabo, bonke abesilisa kusukela kwabanenyanga kuya phezulu babe yizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili.


Kuphela nje ungasibali isizwe sakwaLevi, ungathathi umumo waso phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli.


Ngokuba uMose wazinika ifa lezizwe ezimbili nenxenye ngaphesheya kweJordani, kepha amaLevi akawanikanga ifa phakathi kwazo.


Kodwa isizwe sakwaLevi uMozisi akasinikanga ilifa; uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli wayeyifa labo njengokusho kwakhe kubo.


Isizwe sakwaLevi sodwa akasinikanga lifa; iminikelo yomlilo kaJehova uNkulunkulu ka-Israyeli iyifa labo njengokusho kwakhe kubo.


labo ababalwayo babe yizinkulungwane eziyisishiyagalombili namakhulu amahlanu namashumi ayisishiyagalombili.


Ngokumisa kuka-Aroni namadodana akhe, yonke inkonzo yamadodana amaGereshoni iyakuba kuyo yonke imithwalo yawo nakuyo yonke inkonzo yawo;


Kodwa amaLevi ngokwesizwe soyise kababalwanga phakathi kwabo.


Yilabo ababalwayo nguMose no-Eleyazare umpristi, ababebala abantwana bakwa-Israyeli emathafeni akwaMowabi ngaseJordani ngaseJeriko.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite