Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 26:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Bala inani labantu, kusukela koneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu; njengalokho uJehova emyalile uMose nabantwana bakwa-Israyeli, abaphuma ezweni laseGibithe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 “Yebo, bona abaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, njengalokho uJehova eyalile uMose nabantwana bakwa-Israyeli abaphuma ezweni laseGibithe.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 “Balani bonke abaneminyaka engama-20 kuya phezulu, abaphuma eGibhithe njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose nabantu bakwa-Israyeli.” Nampa-ke abakwa-Israyeli abaphuma eGibhithe:

Gade chapit la Kopi




UNumeri 26:4
6 Referans Kwoze  

INkosi yasikhuluma kuMozisi enkangala yeSinayi ethenteni lenhlangano, ngolokuqala lwenyanga yesibili, ngomnyaka wesibili emva kokuphuma kwabo elizweni leGibhithe, yathi:


USathane wavukela u-Israyeli, wamlinga uDavide ukuba abale u-Israyeli.


Lawa angamagama abantwana bakwa-Israyeli abafika eGibithe, uJakobe namadodana akhe: uRubeni izibulo likaJakobe.


UMose no-Eleyazare umpristi bakhuluma kubo emathafeni akwaMowabi ngaseJordani ngaseJeriko, bathi:


URubeni, izibulo lika-Israyeli: abantwana bakwaRubeni; u-Enoke, okuphuma kuye umndeni wakwaHanoki; kwaPalu umndeni wakwaPalu;


Kwathi ngalona lolo suku uJehova ekhipha abantwana bakwa-Israyeli ezweni laseGibithe ngamabandla abo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite