Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 26:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Amadodana kaSimeyoni ngemindeni yawo: kwaNemuweli: ngumndeni wakwaNemuweli; kwaJamini: ngumndeni wakwaJamini; kwaJagini: ngumndeni wakwaJagi;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Amadodana kaSimeyoni ngemindeni yawo: kwaNemuweli: ngumndeni wakwaNemuweli; kwaJamini: ngumndeni wakwaJamini; kwaJakini: ngumndeni wakwaJakini;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Abozalo lukaSimeyoni ngemindeni yabo yilaba: kuNemuweli: ngumndeni wabakwaNemuweli; kuJamini: ngumndeni wabakwaJamini; kuJakhini: ngumndeni wabakwaJakhini;

Gade chapit la Kopi




UNumeri 26:12
8 Referans Kwoze  

Amadodana kaSimeyoni kwakunguNemuweli, noJamini, noJaribi, noSeraki, noSawule.


Amadodana kaSimeyoni ngu oJemuweli, noJamini, no-Ohadi, noJagini, noSohari, noSawule, indodana yowesifazane waseKhanani; lezi ziyizizukulwane zikaSimeyoni.


Amadodana kaSimeyoni ngu oJemuweli, noJamini, no-Ohadi, noJagini, noSohari, noSawule, indodana yowesifazane waseKhanani.


Wazimisa izinsika emphemeni wethempeli, wamisa insika yokunene, wayiqamba ngokuthi uJakini; wamisa insika yesokhohlo, wayibiza ngokuthi uBhowazi.


Kubantwana bakwaSimeyoni, izizukulwane zabo ngezizukulwane zabo nangezindlu zawoyise, labo ababalwayo ngenani lamagama, ngokwezinhlu zabo, bonke abesilisa kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili ubudala. Nangaphezulu, bonke abangaphuma impi;


Kodwa abantwana bakaKora abazange bafe.


kwaSeraki: ngumndeni wakwaSeraki; kuSawule umndeni wakwaSawule.


Laba babeyizinhloko zezindlu zawoyise: amadodana kaRubeni, izibulo lika-Israyeli; uHanoki, noPhalu, noHesironi, noKarmi; lezi ziyizizukulwane zikaRubeni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite