Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 22:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Imbongolo yabona ingelosi yeNkosi yawela phansi phansi kukaBileyamu; ulaka lukaBileyamu lwavutha, wayishaya imbongolo ngodondolo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Imbongolo yayibona ingelosi kaJehova, yalala phansi kukaBileyamu; intukuthelo kaBileyamu yavutha, wayishaya imbongolo ngenduku yakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Lapho imbongolo iyibona ingelosi kaSimakade, yalala phansi kwacindezeleka uBhileyamu egibele kuyo, wathukuthela kakhulu, wayibhonya ngenduku yakhe imbongolo.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 22:27
4 Referans Kwoze  

Umuntu ohlakaniphileyo uyesaba, abaleke ebubini, kepha isiwula siyafutheka, sinesibindi.


Ngakho-ke, bazalwane bami abathandekayo, wonke umuntu makasheshe ukuzwa, ephuze ukukhuluma, ephuze ukuthukuthela;


Ingelosi kaJehova yahamba yema endaweni ewumngcingo, lapho kwakungekho ndlela yokuphendukela ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite