Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 20:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Abantu baphikisana noMose, bakhuluma bathi: “Sengathi nga safa lapho abafowethu bafa phambi kukaJehova!

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Abantu balwa noMose, bakhuluma bathi: “Sengathi ngabe safa ekufeni kwabafowethu phambi kukaJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Abantu balwa noMose, bakhuluma bathi: “Sengathi ngabe safa ngesikhathi kufa abafowethu phambi kukaSimakade.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 20:3
13 Referans Kwoze  

Ngakho abantu baphikisana loMozisi besithi: Siphe amanzi, siphuze. Wayesethi uMose kubo: “Niphikisana nami na? ubuzani eNkosini?


Abafa ngesifo babe yizinkulungwane eziyishumi nane namakhulu ayisikhombisa, ngaphandle kwabafa endabeni kaKora.


Uma abantu bekhononda, kwakungalungile emehlweni kaJehova, uJehova wakuzwa; intukuthelo yakhe yavutha; umlilo kaJehova wavutha phakathi kwabo, wabaqeda ababesemikhawulweni yekamu.


Ababulewe ngenkemba bangcono kunababulawa yindlala, ngokuba laba bayabavula, benqotshiwe ngenxa yokuswela izithelo zensimu.


UJehova usiletheleni kuleli zwe ukuba siwe ngenkemba, omkethu nabantwana bethu babe yimpango na? Bekungengcono yini ukuba sibuyele eGibithe na?


Yebo, bakhuluma kabi ngoNkulunkulu; bathi: UNkulunkulu angadeka itafula ehlane na?


Ngoba bawuthukuthelisa umoya wakhe, waze wakhuluma ngobuwula ngezindebe zakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite