Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 2:29 - Contemporary Zulu Bible 2024

29 Nesizwe sakwaNafetali; u-Ahira indodana ka-Enani uyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwaNafetali.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Nesizwe sakwaNafetali: isikhulu sabantwana bakwaNafetali siyakuba ngu-Ahira indodana ka-Enani.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 Isizwana sakwaNafethali: umholi wabozalo lwabakwaNafethali kungu-Ahira indodana ka-Enani.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 2:29
9 Referans Kwoze  

KwaNafetali; u-Ahira, indodana ka-Enani.


Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwaNafetali kwakungu-Ahira indodana ka-Enani.


Okomnikelo wokubonga nakhu: izinkomo ezimbili, nezinqama eziyisihlanu, nezinqama eziyisihlanu, nezimvu zamaduna ezineminyaka emihlanu ubudala; lokho kwakungumnikelo ka-Ahira indodana ka-Enani.


Ngosuku lweshumi nambili u-Ahira indodana ka-Enani, isikhulu sabantwana bakwaNafetali, wanikela.


Wayesethi uRaheli: “Ngabambana nodadewethu ngokushikashikana okukhulu, ngamnqoba, waqamba igama layo ngokuthi uNafetali.”


Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi amane nanye namakhulu amahlanu.


Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu nantathu namakhulu amane.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite