Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 19:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Umpristi kumelwe athathe ukhuni lomsedari nehisopi nokubomvu akuphonse phakathi kokusha kwenkomo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 umpristi uyakuthabatha umsedari,* nehisopi,* nendwangu ebomvu, akuphonse phakathi kokushayo kwesithole.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Umphristi uyothatha umsedari, ihisophi, nendwangu ebomvu, akuphonse phakathi kokushayo kwesithole.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 19:6
6 Referans Kwoze  

Khona-ke umpristi kumelwe akhiphe umyalo wokuba kuthathwe oyohlanjululwayo, izinyoni ezimbili eziphilayo nezihlanzekile, nokhuni lomsedari nokubomvu okubomvu nehisopi.


Ngihlanze ngehisopi, ngihlambuluke; ngigeze, ngibe mhlophe kuneqhwa.


Kumelwe athathe ukuze ahlanze indlu izinyoni ezimbili nokhuni lomsedari nokubomvu nehisopi.


Kepha inyoni ephilayo uyakuyithatha, nokhuni lomsedari, nendwangu ebomvu, nehisopi, akugcobhoze kanye nenyoni ephilayo egazini lenyoni ehlatshwe phezu kwamanzi agobhozayo.


Wozani manje siyilungise indaba, usho uJehova; noma izono zenu zibomvu kakhulu, ziyakuba mhlophe njengeqhwa; noma zibomvu njengokubomvu, ziyakuba njengoboya bezimvu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite