Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 19:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Nanku umthetho uma umuntu efela etendeni: wonke ongena etendeni nakho konke okusetendeni uyakuba ngongcolile izinsuku eziyisikhombisa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 “ ‘Nanku umthetho, uma umuntu efela etendeni: yilowo nalowo ongena etendeni nalowo osetendeni uyakuba ngongcolile izinsuku eziyisikhombisa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 “ ‘Nanku umthetho uma umuntu efela ethendeni: yilowo nalowo ongena ethendeni nalowo osethendeni uyakuba ngongcolileyo izinsuku eziyisikhombisa.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 19:14
13 Referans Kwoze  

Akumelwe futhi angene nanoma yimuphi ofileyo azingcolise ngoyise noma ngonina;


Yilowo nalowo othinta isidumbu sofileyo, angaziphothuli, ungcolisa itabernakele likaJehova; lowo mphefumulo kumelwe unqunywe kwa-Israyeli; ngokuba amanzi okuphothula engafafazwanga phezu kwakhe, uyakuba ngongcolile; ukungcola kwakhe kusephezu kwakhe.


Zonke izinto ezivuliwe okungaboshelwa kuzo zingcolile.


Lona ngumthetho wazo zonke izinhlobo zochoko notwayi,


Lona ngumthetho walowo onomopho, nowokuzalwa kwakhe okuphuma kuye, angcoliswe ngakho;


INkosi yasisithi kuMozisi: Khuluma kubapristi, amadodana kaAroni, uthi kibo: Kakungabi lamuntu phakathi kwabantu bakibo ozangcoliswa ngabafileyo.


Yala abantwana bakwa-Israyeli ukuba bakhiphe ekamu bonke abantu abanochoko, nabo bonke abacucuzayo, nabo bonke abangcoliswe ngabafileyo.


Zonke izinsuku azahlukanisela ngazo uJehova, kayikusondela kofileyo.


Uma umuntu efa ngokuzumayo ngenxa yakhe, wangcolisa ikhanda lobuNaziri bakhe; khona-ke kumelwe aphuce ikhanda lakhe ngosuku lokuhlanjululwa kwakhe; ngosuku lwesikhombisa kumelwe aliphuce.


Kwakukhona amadoda athile ayengcoliswe isidumbu somuntu, kangangokuthi ayengenakwenza iphasika ngalolo suku; bahamba phambi kukaMose no-Aroni ngalolo suku.


Uhlanze zonke izingubo zakho, nakho konke okwenziwe ngezikhumba, nakho konke okwenziwe ngoboya bembuzi, nakho konke okwenziwa ngokhuni.


Indlu ka-Israyeli kumelwe ibangcwabe izinyanga eziyisikhombisa, ukuze ihlanze izwe.


Ngemva kokuba esehlanziwe, kumelwe ambalele izinsuku eziyisikhombisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite