Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 18:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 Futhi aniyikuthwala isono ngalokho, uma nisusa okuhle kukho; aniyikuhlambalaza izinto ezingcwele zabantwana bakwa-Israyeli, funa nife.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Aniyikuthwala sono ngenxa yakho, lapho seniphakamisile okuhle kwakho, ningahlambalazi izinto ezingcwele zabantwana bakwa-Israyeli ukuba ningafi.’ ”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 Lapho seninikelile ngokwekhethelo kwakho, aniyukuba nacala, kodwa aniyukuzingcolisa izinto ezingcwele zabantu bakwa-Israyeli, futhi aniyukufa.’ ”

Gade chapit la Kopi




UNumeri 18:32
10 Referans Kwoze  

Ngakho-ke yilowo nalowo oyidlayo uyakuthwala ububi bakhe, ngokuba ungcolisile indlu engcwele yeNkosi; lowo muntu uyakunqunywa phakathi kwabantu bakubo.


Yisho ku-Aroni nakumadodana akhe ukuba bazihlukanise nezinto ezingcwele zabantwana bakwa-Israyeli, bangangcolisi igama lami elingcwele ezintweni abazingcwelisa kimi; nginguJehova.


Ngokuba odlayo anathe ngokungafanele, uzidlela aziphuzele ukulahlwa, engawahlukanisi umzimba weNkosi.


Ngakho-ke odla lesi sinkwa, anathe lesisitsha seNkosi ngokungafanele, unecala lomzimba negazi leNkosi.


Niletha isinkwa esingcolile e-altare lami; futhi nithi: “Sikungcolise ngani na? Ngokuba nithi: Itafula leNkosi lidelelekile.


Abantwana bakoIsrayeli bangasondeli ethenteni lenhlangano kusukela khathesi, ukuze bangathwali isono, bafe.


Niyakukudlela ezindaweni zonke, nina nezindlu zenu, ngokuba lokhu kungumvuzo wenu ngomsebenzi wenu etendeni lokuhlangana.


UJehova wakhuluma kuMose naku-Aroni, wathi:


U-Aroni namadodana akhe kumelwe bembathe lapho bengena etendeni lokuhlangana, noma lapho beza e-altare ukuze bakhonze endlini engcwele; ukuze bangathwali ububi futhi bafe; kuyakuba yisimiso esiphakade kuye nasezizukulwaneni zakhe emva kwakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite