Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 18:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Yisho kumaLevi, uthi kuwo: ‘Uma nithatha kubantwana bakwa-Israyeli okweshumi engininike khona kubo njengefa lenu, niyakuletha kukho umnikelo wokuphakanyiswa kuJehova, okweshumi kokweshumi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 “Futhi uyakukhuluma kumaLevi, uthi kuwo: ‘Nxa nithabatha kwabakwa-Israyeli okweshumi engininike khona kuvela kubo, kube yifa lenu, niyakunikela ngomnikelo wokuphakanyiswa kuJehova, okweshumi kokweshumi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 “Uyobatshela abaLevi uthi kubo: ‘Uma nithatha okweshumi kwabantu bakwa-Israyeli engininike khona kuvela kubo, kube yifa lenu, anonikela ngomnikelo wokuphakanyiswa kuSimakade, okweshumi kokweshumi.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 18:26
7 Referans Kwoze  

Umpristi, indodana ka-Aroni, kumelwe abe kanye namaLevi lapho amaLevi ethatha okweshumi;


Bhekani, ngibanika abantwana bakwaLevi konke okweshumi kwa-Israyeli kube yifa lenkonzo yabo abayikhonzayo, inkonzo yetende lokuhlangana.


Kepha labo abangamadodana kaLevi abemukeliswa ubupristi banomyalo wokuba bathathe okweshumi kubantu ngokomthetho, okungukuthi kubafowabo, noma bephuma okhalweni luka-Abrahama;


UJehova wakhuluma kuMose, wathi:


Lo mnikelo wenu kumelwe ubalelwe kini njengokungathi ukolweni wasesibuyani nanjengokugcwala kwesikhamo sewayini.


Kolibo lwenhlama yenu niyakunikela ngomnikelo wokuphakanyiswa kuJehova ezizukulwaneni zenu.


Ngokuba abantwana bakwa-Israyeli nabantwana bakwaLevi bayakuletha umnikelo kakolweni, owewayini, nowamafutha emakamelweni, lapho izitsha zendlu engcwele, nabapristi abakhonzayo, nabalindisango, nabahlabeleli, futhi ngeke siyishiye indlu kaNkulunkulu wethu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite