Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 17:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 UMose wakhuluma kubantwana bakwa-Israyeli; yileso naleso izikhulu zabo zamnika intonga, yileso naleso sikhulu ngemindeni yabo, izinduku eziyishumi nambili; intonga ka-Aroni yayiphakathi kwezinti zabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 UMose wakhuluma kubantwana bakwa-Israyeli, zonke izikhulu zamnika izintonga ngayinye kuleso naleso sikhulu njengezindlu zawoyise, izintonga eziyishumi nambili.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 UMose wakhuluma kubantu bakwa-Israyeli, kwathi bonke abaholi bamnika izintonga zabo. Intonga ngayinye kulowo nalowo mholi njengokwezindlu zokhokho; izintonga ezili-12. Intonga ka-Aroni yayiphakathi kwezintonga zabo.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 17:6
5 Referans Kwoze  

Futhi kuyokwenzeka ukuthi udondolo lomuntu engiyomkhetha luyoqhakaza; ngizakwenza ukuthi kimi ukukhonona kwabantwana bakoIsrayeli abakhonona ngakho ngani.


UMose wazibeka phansi izinti phambi kukaJehova etendeni lobufakazi.


Bonke abantwana bakwa-Israyeli bakhonona ngoMose nango-Aroni, inhlangano yonke yathi kubo: “Sengathi nga safa ezweni laseGibhithe! noma ngabe uNkulunkulu usifele ogwadule!


Ningahlubuki uJehova, ningabesabi abantu bezwe; ngoba bayisinkwa sethu; ukuzivikela kwabo kususiwe kubo, futhi iNkosi inathi; ningabesabi.


Izinti ozobhala kuzo kumelwe zibe sesandleni sakho phambi kwamehlo abo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite