Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 16:49 - Contemporary Zulu Bible 2024

49 Abafa ngesifo babe yizinkulungwane eziyishumi nane namakhulu ayisikhombisa, ngaphandle kwabafa endabeni kaKora.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

49 Abafile ngesifo babe yizinkulungwane eziyishumi nane namakhulu ayisikhombisa ngaphandle kwalabo abafa ngendaba kaKora.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

49 Ababebulewe ubhubhane babeyizi-14 700, ngaphandle kwalabo abafa ngenxa kaKhora.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 16:49
10 Referans Kwoze  

Abafayo ngesifo babeyizinkulungwane ezingamashumi amabili nane.


Qaphelani ukuthi ningamali okhulumayo. Ngokuba uma bengaphunyukanga abamala lowo owakhuluma emhlabeni, kakhulu kangakanani thina, uma simfulathela okhuluma esezulwini;


UJehova wayesethuma isifo kwa-Israyeli, kwawa abantu bakwa-Israyeli abayizinkulungwane ezingamashumi ayisikhombisa.


Futhi ningabubuli njengabanye kubo bakhonona, babhujiswa ngumbhubhisi.


Lawo madoda aletha umbiko omubi ngezwe afa ngesifo phambi kukaJehova.


Wema phakathi kwabafileyo nabaphilayo; sanqamuka isifo.


U-Aroni wabuyela kuMose emnyango wetende lokuhlangana, isifo sanqamuka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite