Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 15:38 - Contemporary Zulu Bible 2024

38 Khuluma nabantwana bakwa-Israyeli, ubatshele ukuthi bazenzele imiphetho emiphethweni yezingubo zabo ezizukulwaneni zabo, futhi kumelwe bafake ibhande eliyibubende emphethweni wemiphetho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 “Yisho kubantwana bakwa-Israyeli, usho kubo ukuba bazenzele insephe emiphethweni yezingubo zabo ezizukulwaneni zabo, futhi ukuba babeke igoda eliluhlaza ensepheni yemiphetho yonke;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

38 “Khuluma kubantu bakwa-Israyeli, ubatshele ukuba bazenzele insephe emiphethweni yezingubo zabo ezizukulwaneni zabo, nokuba babeke igoda eliluhlaza okwesibhakabhaka ngasemiphethweni yensephe.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 15:38
5 Referans Kwoze  

Kodwa yonke imisebenzi yabo bayenza ukuze babonwe ngabantu; bawenza abe banzi amafilakteriyu abo, bandise imiphetho yezingubo zabo;


Kumelwe uzenzele izinsephe emagumbini omane engubo yakho ozomboza ngayo.


Weza emva kwakhe, wathinta umphetho wengubo yakhe; kwanqamuka masinyane ukopha kwakhe.


Bheka, kwafika emva kwakhe owesifazane owayenomopho iminyaka eyishumi nambili, wathinta umphetho wengubo yakhe;


UJehova wakhuluma kuMose, wathi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite