Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 15:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Uma umuntu ona ngokungazi, uyakunikela ngethokazi elinomnyaka munye, libe ngumnikelo wesono.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 “ ‘Uma umuntu ona kungengamabomu, uyakunikela ngembuzikazi enomnyaka munye, ibe ngumnikelo wesono.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 “ ‘Uma umuntu ona ngokungenhloso, uyonikela ngembuzi enonyaka, ibe ngumnikelo wesono.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 15:27
7 Referans Kwoze  

Ngake ngaba ngumhlambazi, nomzingeli, nomhlukumezi, kodwa ngahawukelwa, ngokuba ngangikwenza ngokungazi ngokungakholwa.


Nezikhathi zokungazi uNkulunkulu wazishaya indiva; kepha manje uyala abantu bonke ezindaweni zonke ukuba baphenduke;


Manje, bazalwane, ngiyazi ukuthi nenze ngokungazi njengababusi benu.


Kepha obengazi, wenza okufanele imivimbo, uyakushaywa imivimbo eyingcosana. Ngokuba yilowo nalowo ophiwe okuningi, kuyakubizwa okuningi kuye;


Tshono ebantwaneni bakoIsrayeli uthi: Uba umuntu wona ngokungazi emithetho ye Nkosi engayikwenziwa, enze komunye wayo,


Uyakunikela ngomnikelo wakhe kuJehova, iwundlu leduna elinomnyaka munye elingenasici, libe ngumnikelo wokushiswa, newundlu lensikazi elimnyaka munye elingenasici, libe ngumnikelo wesono, nenqama engenasici, ibe ngumnikelo wokubonga;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite