Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 14:40 - Contemporary Zulu Bible 2024

40 Bavuka ekuseni kakhulu, bakhuphukela esiqongweni sentaba, bathi: “Bheka, silapha, senyukela endaweni uJehova ayithembisayo, ngokuba sonile.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Bavuka ekuseni kakhulu, benyukela esiqongweni sentaba, bathi: “Bhekani, sesilapha, kepha siyakuya endaweni ayithembisile uJehova, ngokuba sonile.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

40 Bavuka ekuseni ngovivi, benyukela esiqongweni sentaba, bathi: “Bhekani, sesilapha, siyakuya endaweni ayithembisile uSimakade, nakuba sonile.”

Gade chapit la Kopi




UNumeri 14:40
8 Referans Kwoze  

Nase niphendula, nathi kimi: ‘Sonile kuJehova; siyakukhuphuka silwe njengakho konke uJehova uNkulunkulu wethu asiyale ngakho. Lapho nibhincile, kwaba yilowo nalowo izikhali zakhe zempi, nalungela ukukhuphukela entabeni.


Nxa umninindlu esesukumile wavala umnyango, seliqala ukuma ngaphandle lokungqongqotha emnyango, lisithi: Nkosi, Nkosi, sivulele; uyakuphendula athi kini: Anginazi lapho nivela khona;


Kubi kukho konke okwenziwa phansi kwelanga ukuthi kube nesigameko sinye kubo bonke; yebo, nenhliziyo yabantwana babantu igcwele ububi, nokuhlanya kusenhliziyweni yabo besaphila, ngasemuva bahlubuka yana kwabafileyo.


Kodwa umphefumulo owenza ngokugabadela, kungakhathaliseki ukuthi ungowokuzalwa ezweni noma ungowemzini, othuka uJehova; lowo muntu uyakunqunywa kubantu bakubo.


UBileyamu wayesethi kuyo ingelosi kaJehova: “Ngonile; ngokuba bengingazi ukuthi umi endleleni ngokumelene nami; ngizobe sengibuyela kuwe manje uma ungakuthandi.


Kungakho ngikhulume kini; anilalelanga, kepha nahlubuka ezwini likaJehova, nakhuphuka intaba ngokugabadela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite