Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 14:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Koze kube nini ngibekezelela leli bandla elibi elikhonona ngami na? Ngikuzwile ukukhonona kwabantwana bakwa-Israyeli ababubula ngami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 “Koze kube nini le nhlangano embi ikhonona ngami na? Ngizwile ukukhonona kwabantwana bakwa-Israyeli abakhonona ngakho ngami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 “Kuyoze kube nini le nhlangano eyonakele ikhononda ngami na? Ngikuzwile ukukhononda abantu bakwa-Israyeli abakhononda ngakho ngami.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 14:27
11 Referans Kwoze  

Ngikuzwile ukububula kwabantwana bakwa-Israyeli; khuluma kubo uthi: Kusihlwa niyakudla inyama, ekuseni nisuthe yisinkwa; niyakwazi ukuthi nginguJehova uNkulunkulu wenu.


Futhi ningabubuli njengabanye kubo bakhonona, babhujiswa ngumbhubhisi.


Wasephendula wathi kuye: O sizukulwane esingakholwayo, koze kube nini nginani? koze kube nini nginibekezelela? mletheni kimi.


INkosi yasisithi kuMozisi: Koze kube nini lababantu bengidlala? Koze kube nini bengangikholwa ngenxa yazo zonke izibonakaliso engizenzile phakathi kwabo na?


INkosi yasisithi kuMozisi: Koze kube nini lisala ukugcina imilayo yami lemithetho yami?


Wasondela uJesu, wabathinta, wathi: Sukumani ningesabi.


Kusasa niyakubona inkazimulo kaJehova; ngoba uyezwa ukukhonona kwenu ngoJehova. Thina siyini ukuthi nikhonone ngathi?


Uma abantu bekhononda, kwakungalungile emehlweni kaJehova, uJehova wakuzwa; intukuthelo yakhe yavutha; umlilo kaJehova wavutha phakathi kwabo, wabaqeda ababesemikhawulweni yekamu.


UJehova wakhuluma kuMose naku-Aroni, wathi:


UMozisi wasesithi kuAroni: Tshono kuyo yonke inhlanganiso yabantwana bakoIsrayeli, uthi: Sondelani phambi kweNkosi, ngoba ikuzwile ukukhonona kwenu.


Kanjalo nazidla ngami ngomlomo wenu, nanda amazwi enu kimi; ngiwezwile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite