Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 13:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Lawa angamagama abo: esizweni sakwaRubeni: nguShamuwa indodana kaSakuri.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Lawa angamagama abo: Owesizwe sakwaRubeni: uShamuwa indodana kaZakuri.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Lawa ngamagama awo: Owesizwana sakwaRubeni: nguShamuwa, indodana kaZakhuri.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 13:4
10 Referans Kwoze  

UMose wabathuma besuka ehlane lasePharanu ngesiyalezo sikaJehova; wonke lawo madoda ayezinhloko zabantwana bakwa-Israyeli.


Owesizwe sakwaSimeyoni: uShafati indodana kaHori.


Lamadoda uMose awathumayo ukuhlola izwe, abuya abangela ukuba inhlangano yonke ikhonone ngaye ngokuletha inhlamba phezu kwezwe;


Nizidumaza ngani izinhliziyo zabantwana bakwa-Israyeli ukuba bawele ezweni uJehova abanike lona na?


U-Israyeli esehlezi kulelo zwe, uRubeni waya walala noBiliha isancinza sikayise; u-Israyeli wezwa. Amadodana kaJakobe ayeyishumi nambili;


Amadodana kaLeya: uRubeni izibulo likaJakobe, noSimeyoni, noLevi, noJuda, no-Isakare, noZebuloni;


Lawa amagama amadoda: Esizweni sakwaJuda, uKalebi indodana kaJefune.


Laba bangabantwana bakoIsrayeli; oRubeni, noSimeyoni, noLevi, noJuda, no-Isakare, noZebuloni,


Lawa angamagama ezizwe. Kusukela ekupheleni enyakatho, kuze kube semkhawulweni wogu lwendlela yaseHetiloni, ukuya eHamati, naseHasarenani, umkhawulo waseDamaseku ngasenyakatho, kuze kufike ogwini lwaseHamati; ngokuba lezi yizinhlangothi zalo ngasempumalanga nasentshonalanga; isabelo sikaDan.


Esizweni sakwaJuda kwaphawulwa abayizinkulungwane eziyishumi nambili. Esizweni sakwaRubeni kwatywinwa ishumi elinambini lamawaka. Esizweni sakwaGadi kwatywinwa ishumi elinambini lamawaka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite