Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 12:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Kangabi njengomuntu ofileyo onyama yakhe idlile ekuphumeni kwakhe esizalweni sikanina.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ake angabi njengofileyo, onyama yakhe idliwe inxenye, nxa ephuma esizalweni sikanina.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Ngiyakuncenga, makangabi njengophume esibelethweni sikanina esefile, nesidumbu sakhe sidliwe ingxenye yaso.”

Gade chapit la Kopi




UNumeri 12:12
9 Referans Kwoze  

Kepha ophila ekuzijabuliseni ufile esekhona.


Ekugcineni kwabo bonke wabonwa nakimi, njengakuwo owazalwa kungakabi yisikhathi.


Njengomnenke oncibilika, yilowo nalowo makadlule njengokuzala kowesifazane, ukuze bangaliboni ilanga.


Noma bengingaba khona njengozalo olufihlwayo; njengezingane ezingakaze zikubone ukukhanya kwemini.


Nani enifile ezonweni zenu nokungasoki kwenyama yenu, uniphilise kanye naye, esenithethelele zonke iziphambeko;


U-Aroni wayesethi kuMose: “Awu, nkosi yami, isono asikho phezu kwethu esenzé ngobuwula ngaso futhi esone ngaso.


UMose wakhuleka kuJehova, wathi: “O Nkulunkulu, msize, ngiyakukhuleka kuwe.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite