Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 11:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Anginakuthwala bonke laba bantu ngedwa, ngokuba kuyasinda kimi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Anginakuthwala bonke laba bantu ngedwa, ngokuba kuyangisinda.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Mina ngokwami, angikwazi ukubathwala bonke laba bantu, ngokuba bayangisinda.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 11:14
6 Referans Kwoze  

Ngokuqinisekile uzokhathala, wena nalaba bantu abakanye nawe, ngoba le nto inzima kakhulu kuwe; awukwazi ukukwenza ngokwakho.


Kwabanye siyiphunga lokufa kube ngukufa; futhi kwabanye iphunga lokuphila kube ngukuphila. Futhi ngubani owanele lezi zinto?


Nguye ozakwakha ithempeli likaJehova; iyakuthwala udumo, ihlale, abuse esihlalweni sayo sobukhosi; uyakuba ngumpristi esihlalweni sakhe sobukhosi, kube khona ukuthula phakathi kwabo bobabili.


Ngokuba sizalelwe umntwana, siphiwe indodana, nombuso uyakuba sehlombe lakhe, negama lakhe liyakuthiwa oMangalisayo, uMluleki, uNkulunkulu onamandla, uYise ongunaphakade, iNkosi yokuthula.


Khona-ke wakhuluma koNgcwele wakho embonweni wathi: “Nginikeze usizo olunamandla; ngiphakamisile okhethiweyo phakathi kwabantu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite