Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 10:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 Futhi uma uhamba nathi, yebo, kuyakuba, noma yikuphi okuhle iNkosi eyokwenza kithi, sizokwenzela nani.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Kuyakuthi uma uhamba nathi, yebo, kwenzeke ukuthi, noma yikuphi okuhle uJehova asenzela khona, khona lokho uyakukwenzela nawe.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 Kuyothi uma uhamba nathi, kwenzeka uSimakade asenzele noma yikuphi okuhle, nathi siyokwenzela okuhle.”

Gade chapit la Kopi




UNumeri 10:32
8 Referans Kwoze  

UHebhere, umKheni, owayevela kubantwana bakwaHobabi, umukhwe kaMose, wazahlukanisa namaKheni, wamisa itende lakhe kwaze kwaba se-okini laseSanayimi eKedeshi.


Abantwana bamaKheni, umukhwe kaMose, bakhuphuka kanye nabantwana bakwaJuda besuka emzini wesundu baya ehlane lakwaJuda elingaseningizimu kwase-Aradi; bahamba bahlala phakathi kwabantu.


Lokho esikubonileyo nesikuzwileyo siyakumemezela kini, ukuze nani nibe nenhlanganyelo nathi;


Uyahlulela intandane nomfelokazi, uthanda umfokazi ngokumnika ukudla nezingubo.


Kodwa umfokazi ohlala kini uzakuba kini njengowokuzalwa phakathi kwenu, njalo umthande njengalokhu uzithanda wena; ngoba naningabafokazi ezweni laseGibithe. NginguJehova uNkulunkulu wenu.


UJonathani wasesithi kuyo ijaha eligqoka izikhali zakhe: Woza, sichaphele endaweni yabalindi yalaba abangasokile; nge min.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite