Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 10:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Itabernakele ladilizwa; amadodana kaGereshoni namadodana kaMerari asuka, alithwala itabernakele.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Itabernakele* lasuswa; amadodana kaGereshoni namadodana kaMerari asuka elithwala itabernakele.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Ithabanakeli lathwalwa ngabozalo lukaGereshoni nabolukaMerari, abangabathwali bethabanakeli.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 10:17
11 Referans Kwoze  

Lapho itabernakele lisuka, amaLevi kumelwe alidilize; ekumisweni kwetabernakele, amaLevi alimise; futhi umfokazi osondelayo kumelwe abulawe.


ngazi ukuthi masinyane ngimele ukulisusa leli dokodo lami, njengalokho iNkosi yethu uJesu Kristu yangibonisa.


Ngakho-ke njengoba semukela umbuso ongenakuzanyazanyiswa, masibe nomusa esingakhonza ngawo uNkulunkulu ngokwamukelekayo ngokuhlonipha nokwesaba uNkulunkulu.


Kepha uKristu esefikile engumpristi omkhulu wezinto ezinhle ezizayo, wadabula itabernakele elikhulu neliphelele kakhulu, elingenziwanga ngezandla, okungukuthi elingelona elalesi sakhiwo;


Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwaZebuloni kwakungu-Eliyabe indodana kaHeloni.


AmaKohati asuka, ayithwala indlu engcwele;


Lawa angamadodana kaLevi ngezindlu zawoyise; nezinhloko zezindlu zawoyise, zabalwayo kubo ngokwenani lamagama ngamavoti azo, abenza umsebenzi wenkonzo yendlu kaJehova, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite