Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 10:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kuqala kwasuka ibhanela lekamu labantwana bakwaJuda ngamabandla abo; phezu kwebutho lakhe kwakunguNashoni indodana ka-Aminadaba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Kuqala lasuka ibhanela* lekamu* labantwana bakwaJuda ngamabandla abo; uNaheshoni indodana ka-Aminadaba wayephezu kwalelo bandla.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Kwasuka kuqala ibhanela lenkambu yabozalo lukaJuda ngamaqembu abo, beholwa nguNaheshoni, indodana ka-Aminadaba.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 10:14
10 Referans Kwoze  

KwaJuda; uNashoni, indodana ka-Aminadaba.


Owanikela ngomhlatshelo wakhe ngosuku lokuqala kwakunguNahesoni indodana ka-Aminadaba wesizwe sakwaJuda.


Juda, wena oyakubabonga abafowenu; isandla sakho siyakuba sentanyeni yezitha zakho; abantwana bakayihlo bazakukhothamela.


Lapho uhlaba umkhosi, amabhodi asohlangothini lwasempumalanga kumelwe aye phambili.


Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwa-Isakare kwakunguNethaneli indodana kaSuwari.


U-Israyeli esehlezi kulelo zwe, uRubeni waya walala noBiliha isancinza sikayise; u-Israyeli wezwa. Amadodana kaJakobe ayeyishumi nambili;


Amadodana kaLeya: uRubeni izibulo likaJakobe, noSimeyoni, noLevi, noJuda, no-Isakare, noZebuloni;


Lawa angamagama amadoda ayakuma nani: esizweni sakwaRubeni; u-Elisuri indodana kaSedewuri.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite